I-ESKOM imemezele ukuthi isikwazile ukushintsha zonke izigubhu ukuba zibe sohlelweni lweKey Revision Number KRN 2.
UKUVULA eyamaqoqo yeCaf Champions League ngokubhekana neCR Belouizdad ekuhambeni yisona sivivinyo iqembu lakhe ebelisidinga ukuze lisheshe liqine ukhakhayi ngokusho komqeqeshi we-Orlando Pirates, ...
UMQEQESHI weLamontville Golden Arrows, uMabhuti Khenyeza, uncome abadlali bakhe ngokukhombisa ukuvuthwa emqondweni bethela muva njengembumba bagcine begojele iRoyal AM ngo 3-2 emdlalweni weBetway ...
U-DJ odabuka eMlaza, uNkosinathi Innocent "Black Coffee" Maphumulo, uphinde waqwaqwada ozakwabo bamazwe ngamazwe kuma- ...
ISITOBHA seKaizer Chiefs eseqiwa yijezi sikhona, uGiven Msimango, sigeqe amagula ngesimo esisichaze njengesingasijwayele ...
SICHITHIWE isicelo sokuba kuhoxiswe amacala awu-18 okubulala ebesifakwe yisiboshwa esisolwa ngokuba ungqondongqondo ...
USOBISHINI umsakazi woKhozi FM okuthiwa kunophenyo lwangaphakathi olwenziwayo ngaye emva kokuphimisela amagama angamukelekile ...
Umqeqeshi weKaizer Chiefs, uNasreddine Nabi, uqhubekile nokuyichitha ‘eyokuvuthwa kwebhodwe’ behlula iRichards Bay emdlalweni weBetway Premiership ePeter Mokaba Stadium, ePolokwane, ngoLwesithathu ...
USIHLALO weRichards Bay FC, uSifiso “Jomo’’ Biyela, ubona esefanelwe wukuthola indawo kwiBafana Bafana umdlali wabo wasemuva uKeegan Allan oshaya into ecokeme kule sizini.
BASULWE izinyembezi abathandi bobumnandi ngokumenyezelwa kwezindaba zokuthi ekuqaleni konyaka ozayo kuzovulwa indawo yokusingatha imicimbi iDome, entsha ngemuva kokuvalwa kwendala ngo-2021.
UPHINDE wabalwa nabadlali baseNingizimu Afrika abathengwe ngezizumbulu zemali endalini ye-Indian Premier League (IPL) ...
UKHALA ngezomthetho ezithambisa kakhulu isandla kubasolwa, umndeni womfundi waKwaMajomela, KwaNongoma, okuthiwa ugwazwe ...